#Jabulujule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize (Sikhuluma ngohambo lwempilo, uhambo olungelakho wedwa) - 06 May 2026
Episode 20 min 45s

#Jabulujule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize (Sikhuluma ngohambo lwempilo, uhambo olungelakho wedwa) - 06 May 2026

sikhuluma ngohambo lwempilo, uhambo olungelakho wedwa. Uhambo oluqala lapho ungakakuboni kahle, kodwa ngaphakathi kukhona okukudonsayo kukukhombise indlela.Β 

Kuyenzeka empilweni umuntu akhonjwe indlela, kungaba ngamaphupho, izimpawu, noma amazwi abadala. Kodwa noma ukhonjiwe, akekho ozokuhambela leyo ndlela esikhundleni sakho.

Community discussion