#JabuluJule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize - 13 May 2026
Episode 22 min 52s

#JabuluJule - INGONO YOMSAMO no Professor VVO Mkhize - 13 May 2026

sikhuluma ngokuHlaba nokuchitha igazi ukuthi kuyingxenye enkulu yesintu namasiko ethu. Kukhona ukuhlaba esisuke sigcina isiko elithize, sibonga, sishweleza noma sicela kwabangasekho. Pho kusuke sekwenzenjani sithi siqeda ukubusa bese kuvela isifo noma umshophi emndenini?

Community discussion