#Jabulu Jule - Ungazibulali Awareness - (World Suicide Prevention Day)- 10 September 2026
Episode 8 min 52s

#Jabulu Jule - Ungazibulali Awareness - (World Suicide Prevention Day)- 10 September 2026

sino Mnz Nkululeko Khanyi ongumsunguli noMqondisi weNhlangano Ungazibulali Awareness.

10 kuMandulo uSuku Lomhlaba Lokuvimbela Ukuzibulala (World Suicide Prevention Day), okuwusuku lokuqwashisa ngezempilo emhlabeni wonke oluhlelwe yiNhlangano Yezempilo Yomhlaba I World Health Organisation (WHO), ngenhloso yokuqwashisa umphakathi ukuthi ukuzibulala kungavinjwa kunqandwe uma umuntu esheshe ekhulume bese ethola usizo olufanele

Community discussion